LLM Mbatha - [Zulu, inkondlo] Amagama
Ngifisa sengathi bengingakwazi Ukwakha ubukhosi Ubukhosi obunesithunzi kanye nomnotho Ngama gama nje qha Amagama antofontofo okuphathaphatha Amagama aqinile ...
About this video
Ngifisa sengathi bengingakwazi
Ukwakha ubukhosi
Ubukhosi obunesithunzi kanye nomnotho
Ngama gama nje qha
Amagama antofontofo okuphathaphatha
Amagama aqinile okuqondisa
Amagama enzayo
Hhayi akhulumayo
Kodwa ke sithandwa sami, wena kanye nami siyazi
Ukuthi amagama ewodwa awenelanga
Ngoba ukube ebenele
Imizwa yenhliziyo yakho ibiyozwana-
ibuye ihambisane naleyo yenhliziyo yami
LLM Mbatha
http://www.poemhunter.com/poem/zulu-inkondlo-amagama/
Ukwakha ubukhosi
Ubukhosi obunesithunzi kanye nomnotho
Ngama gama nje qha
Amagama antofontofo okuphathaphatha
Amagama aqinile okuqondisa
Amagama enzayo
Hhayi akhulumayo
Kodwa ke sithandwa sami, wena kanye nami siyazi
Ukuthi amagama ewodwa awenelanga
Ngoba ukube ebenele
Imizwa yenhliziyo yakho ibiyozwana-
ibuye ihambisane naleyo yenhliziyo yami
LLM Mbatha
http://www.poemhunter.com/poem/zulu-inkondlo-amagama/
Video Information
Views
5
Total views since publication
Duration
0:48
Video length
Published
Nov 8, 2014
Release date
About the Channel
Related Trending Topics
LIVE TRENDSThis video may be related to current global trending topics. Click any trend to explore more videos about what's hot right now!
THIS VIDEO IS TRENDING!
This video is currently trending in Morocco under the topic 'الطقس غدًا'.